uMadiba eWashington, D.C

© Dr Peter Magubane
uMandela uxhawula intatheli lapho eyezihambela ekuseni e Washington DC, ekuvakasheni kwakhe kokuqala ngemuva kokukhululwa kwakhe
Ngesikhathi uNelson Mandela ezibophezela ohambweni lamazwe omhaba, wazibandakanya kuhambo olude lwase Melika. Wavakashela izifundazwe zakhona ezahlukene kubalwa kuzo namadolobha amakhulu anjenge Boston, New York, Atlanta kanye ne Washington D.C. uMandela wahlangana nowayeguMongameli wangalesosikhathi u George Bush snr futhi wakwazi ukuqinisa ubudlelwano bezepolitiki phakathi kweNingizimu Afrika kanye neMelika.
Phakathi kohambo lwakhe, izintatheli eziningi kanye nabathwebuli bezithombe abasuka eMelika kanye naseNingizimu Afrika babemuphelekezela uMandela uma ehamba kulelizwe, bethatha isithombe bemenzisa nenhlolonkulumo. Osesithombeni ngenhla uMandela esohambweni lasekuseni, exhawula izandla nomhloma ngemibuzo yenhlolonkulumo.

“Abantu baphendula ngalendlela obaphatha ngayo wena.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more