Izingxoxo zikaMadiba Zokuthula neqembu leNkatha Freedom Party

© Dr Peter Magubane
Umholi we ANC uNelson Mandela ehlangana nomholi we Inkatha Freedom Party Inkosi Mangosuthu Buthelezi, ukuzoqeda umbango omubi nokumelana nobandlulo lwabamnyama
Ngaphambi komkhankaso wokhetho luka 1994, iAfrican National Congress (ANC) ne Inkatha Freedom Party (IFP) babevaleleke embangweni omubi kakhulu ngenxa yokungaboni ngasolinye kwezigodi, ngoba abaningi be ANC babsengamaXhosa abe IFP bengamaZulu. Impikiswano phakathi kwamaqembu yaholela ekubulaweni kwabantu ngenxa yezepolitiki kwabakhona nokwahlukana okukhulu emiphakathini yabantu abamnyama. Umholi we ANC uNelson Mandela wakhetha ukuthi kube nesiphetho esingukuthula ukuze kuqedwe umbango ngokuhlangana nomholi weqembu le IFP Inkosi uMangosuthu Buthelezi ukudingida izinguquko ezibalulekile ezazilindele isizwe saseNingizimu Afrika.

“Abantu bethu banelungelo lokuba nethema, ilungelo lokuba nekusasa, ilungelo lakho ukuphila.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more