uMadiba Wemukela Ukuhlonishwa bobu Dokotela eWits

© Dr Peter Magubane
uMandela umukeliswa iziqu Zokumhlonipha zobu Dokotela Inyuvei yase Witwatersrand eGoli.

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni nokubonisa ukuba ngomholi oqinile izwe lase Ningizimu Afrika elaka lamubona.
uMadiba wayengokhuthazayo futhi usaqhubeka nokuba ngonjalo kubantu bomhlaba jikelele kanti ifa lomlando wakhe lisinika ithemba, ukubekezela kanye nokulwela inkululeko lokhu yikhona okwakhuthaza inyuvesi ukuba imuhloniphe ngalendodo emfanele ukumhlonipha.
uMandela wamukela nezinye ezinigi izindodo zokumhlonipha ngeziqu azizuzayo kubalwa neyokumhlonipha yobuDokotela kwezobuMmeli eNyuvesi yase Lesotho, i Peace Prize ngo 1990, Neyokumhlonipha ngezobu Dokotela Inyuves yase Stellenbosch kwaba iNobel Peace Prize 1993

“Umcabango osekhanda eliphusile kanye nenhliziyo enhle kuhlezi kwiyinhlanganisela enhle.kodwa uma kulokho ufaka ulimi olunokwazi nokuqonda kwemfundo noma ipeni, laphoke unokukhethekile.”~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more