uMandela ubamba Ngokuziqhenya ngesandla indodakazi yakhe uZindzi iyogana

© Dr Peter Magubane
uMandela ugcwele ukuziqhenya ehambisa indodokazi yakhe uZindzi ukuyogana ngo October 1992.

uZindziswa Mandela ngusopolitiki wase Ningizimu Afrika osebenza njengenzusa lezwe lethu kwelase Denmark. Uyindodakazi kaNelson Mandela nonkosikazi wakhe wesibili, uWinnie Mandela. Ngo 1992, uZindzi washada nomyeni wakhe wokuqala uZwelibanzi Hlongwane. uMadiba wamubamba ngesandla ehla naye ngokuziqhenya ngelanga lomcimbi.
uZindzi washada umyeni wakhe wesibili u Molapo Motlhajwa, in 2013. Wayeyilunga lombutho wezempi eNingizimu Afrika. Unabantwana abane Zoleka, Zondwa, Bambatha no Zwelabo, bonke babiza isibongo saka Mandela.

“Kumele sisebenzise kahle isikhathi futhi sihlezi siqonda ukuthi isikhathi sihlezi sikulungele ukuba sense okuhle.”Nelson Mandela ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more