UMadiba ufikelwa izivakashi ekhaya lakhe e Orlando West

© Dr Peter Magubane
uMadiba wemukela izivakashi kwikhaya lakhe elise Orlando West.

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombukiso.
"Ngobusuku engabuyela ngabo e8115 no Winnie e Orlando West. Kwakwi lapho inhliziyo eyayazi ukuthi isiphumile ejele. E 8115 kohlezi kuyindawo esenhlizweni yami." wahlala lana no nkosikazi wokuqala u Evelyn Ntoko Mase emva kokuthi bahlukanisa wahlala no Winnie ngo 1958.
"Kwaku ngeyona indawo enhle kodwa kwaku muzi wami wokuqala ngakho ngangizi qhenya ngawo. Indoda ayisiyo indonda ngaphambi kokuthi ibe nomuzi wayo."

“Kukhona amadoda nabesifazane abaningi abangabambile izikhundla eziqhakambile kodwa sebenze umthelela omkhulu ekuthuthukiseni umphakathi.”~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more