uMandela ubingelela abamfisela izilokotho ezinhle ngaphandle kweSinagoge ePitoli

©Dr Peter Magubane
uMandela ubingelela abamfisela izilokotho ezinhe ngaphandle kwasinagoge ePitoli.
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminyaka yo 1950’s yesikhathi sobandlululo. Lezi zishoshovu okubalwa kuzo noMandela, Ruth First, Z.K. Mathews no Lionel "Rusty" Bernstein babhala baphinde basingatha Usomqulu weNkululeko owawukhuluma ngamandla abantu base Ningizimu Afrika abanawo. Uhulumeni wobandlululo wabe esehlela itulo lokugasela kulezizishoshovu nokwaholela kwicala Lokuvukela Umbuso ngo 1956 nelathatha iminyaka engu 11. Ngo 1961 bonke laba ababebekwe icala batholakala bemsulwa base bekhululwa.
uMandela kanye nezinye izishoshovu babenequlu labalandeli babo ababeza njalo enkatolo uma kuzoqulwa icala labo. Osesithombeni nguMandela esemncane,egudla phakathi kwesixuku sabalandeli ababehuba amahubo ecaleni lakhe lango 1958.

“Kungemfundo kuphela ukuba indodakazi yomfokazana ingaba ngudokotela, ukuthi indodana yomsebenzimgodini ingaba inhloko yemayini." ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more