UBrenda Fassie ubungaza u Mandela
uBrenda Fassie egcwele umunyu, umculi ophezulu we pop wase Ningizimu Afrika ngesikhathi esingatha ebingelela uMandela.
U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise osopokitiki begcwele indlulu 'badanse bangabi nandaba' lapho kubalwa no Mandela.
UMandela wayaziwa ngokuthanda umculo kanti kwakujwaleke ukuthi abonakale ezithombeni edansa emagigini emazweni ahlukahlukene.
“Kanti futhi uma bekwazi ukufunda ukuzonda, bangakwazi ukufundiswa ukuthansa.”~Nelson Mandela
U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreNgo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more