UMadiba noMsizi Wakhe uZelda La Grange

© Dr Peter Magubane
uMadiba nomsizi wakhe (PA) u Zelda la Grange ngemuva kwesethulo kwabezindaba e Nelson Mandela Foundation.

UZelda la Grange wazalwa ngenkathi yobandlolulo. Ngemva kokuqeda imfundo yakhe yesibili wafaka isicelo somsebezi ehhovisi likaMongameli wokuqala wenkululeko. Wakhethwa ngo-1999 nguMandela ngokwakhe ukuba ahlale emisebenzini yakhe ngemuva kokuthatha umhlalaphansi. Uye wanikezwa imiklomela ezinhlanganweni ngokuzinikezela nokukhonza kwakhe kuNelson Mandela.
NgoJuni 19th 2014 wakhipha imibhalo yakhe ethi "Good Morning, Mr Mandela" futhi ngoZibandlela 2014 incwadi yakhe yamenyezelwa ukuba yiyona 'uMthengisi Omhle Wonyaka' eNingizimu Afrika naku-2015 eBrazil. Njengamanje ukhonza njengoMphathiswa weSisekelo sokuQala sabesifazane. Uqhubeka ekhuthaza abantu ngokukhuluma ngokugqugquzela ngokuhlanganyela ngempilo yakhe.

“Ngiyengabamba ngothando engqondweni yami iphupho lokubona isizwe esikhululekile nesibusa ngokwentando yeningi lapho bonke abantu behlala ndawonye ngokuthula futhi benamathuba alinganayo.Kuyiphupho elisemicabangweni yami enginethemba lokuthi ngizokuliphila futhi ngilibone liphumelela. Kodwa uma kudingeka, Kuyiphupho elisengqondweni yami engizimisele ukuba ngingalifela.~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more