uMadiba no Solwazi uHarry Seftel
uMandela noSolwazi Harry Seftel eGoli. Seftel usebenze ngaphezu kweminyaka engu 50 Kumnyango Wezokwelapha eNyuvesi yase Witwatersrand njegomfundi, udokotela, nguthisha, ngumcwaningi kanye nomhleli ongumabhalane.
uSolwazi Harry Seftel wasebenza ngaphezu kweminyaka engu 50 Kumnyango Wezempilo eNyuvesi eWitwatersrand njengomfundi, udokotela, uthisha, umcwaningi nomabhalane. uMadiba noSolwazi Seftel babengabangani eNyuvesi yase Witwatersrand.
Ngesikhathi esejele uMandela wayelalela uhlelo lakhe lasemsakazweni ngezempilo njalo ekuseni, wathatha iseluleko sakhe sokwehlisa izinga likaswoti ekudleni kwakhe. Kwakungusuku olukhethekile nolugcwele injabulo ngesikhathi bephinda behlangana ngemuva kokukhululwa kuka Madiba.
“Ungazuza okukhulu kulomhlaba ngokwenza izenzo ezinomusa kunokwenza izenzo ezinesankahlo .”
~ Nelson Mandela
U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
moreU Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more