uMadiba noZakwabo emsebenzini ekhaya lkhe

© Dr Peter Magubane
Nelson Mandela, Walter Sisulu, Zenani Mandela kanye nabanye e-8115 Orlando West, Soweto.
Kulolonke ikusasa lokusebenza kukaMandela, wahlangana futhi wakha ubudlelwano nokuzwana nosopolitiki, ozakwabo emsebenzini kanye nayexhumene nabo ngokusebenza abanjengo Walter Sisulu no Moses Mayekiso.uSisulu noMandela bahlangana eGoli lapho uSisulu wayesebenza njengomthengisi wezindlu (estate agent) ngokuhamba kwesikhathi waba ilunga le African National Congress (ANC). uMoses Mayekiso wasiza ukusungula nokubumba umfelandawonye wezinyunyana eNingizimu Afrika i- Congress of South African and Trade Unions (Cosatu).
Osesithombeni lapha (kusuka kwesokunxele) Moses Mayekisi, Nelson Mandela, Walter Sisulu nondodakazi uZenani Mandela, ekhaya labo eOrlando West, esandu kukhululwa uMandela ejele ngo 1990.

“Ngichithe yonke impilo yami ngiphupha ngeminyaka yegolide lapho zonke izinkinga ziyoxazululeka khona namathemba ethu amakhulu eyofezeka" ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more