uNelson Mandela no Ruth First

©Dr Peter Magubane
Nelson Mandela o buisana le moetsi wa dipolotiki, Ruth First, mosadi wa Joe Slovo, eo e neng e le Mongodi-kakaretso wa Mokgatlo wa Bokomonisi wa Afrika Borwa.
uRuth First wayeyisishoshovu esiqhakambile esasimele nombuso wobandlululo kanti futhi wayengumbhali nomunye wabasunguli be South African Congress of Democrats (COD). Kanti futhi wayengumhlali wezindaba zamaphephandaba i-Guardian, Fighting Talk ne the New Age, lapho wayebhala ngokungabikho kobulungiswa ngobandlululo. Phakathi kweminyaka yango 1960, uFirst wavalelwa egunjini lakhe yedwa izinsuku ezingu 117 wabe eseya ekudingisweni eNgilandi. Ngebhomu lephasela eMaputo eMozambique. uFirst wayeshade nomunye owayeyisishoshovu kanye naye uJoe Slovo babenabantwana ababili.
uNelson Mandela wayengmngani no Ruth kanti babehlala njalo bekhuluma ngezepolitiki kanye nomzabalazo wokulwela inkululeko. Babekwa icala kanyekanye ngo 1955 lokuvukela umbuso bakhululwa ngo 1961. Lesisithombe sathetshulwa esaxoxisana nake okaFirst besecaleni labo lokuvukela umbuso.

“Nathi futhi sizokufa kodwa lokho esiba nomthelela kukho sindawonye ekuchazeni ukuthi usikompilo lezwe lethu lingubani kuyakuphila ngisho thina sesidlulile.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more