uNelson Mandela Nomholi Wentsha uPeter Nthite

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela Nomholi Wentsha uPeter Nthite
uNelson mandela kanye nezinye izintatheli, izishoshovu kanye nabaholi bezepolitiki bamiswa basolwa ngecala lokuvukela umbuso ngeminyaka yobandlululo yango 1950. Icala okuyilona eladonsa kakhulu lokuvukelwa kombuso lathatha cishe iminyaka engu 11 lalihlose ukuhlasela ukushicilelwa kukasomqulu wenkululeko owawubhalwe yizishoshovu eziqhakambile. Ngo 1961, bonke ababebekwe icala besolwa babe besededelwa.
uMandela kanye nezinye izishoshovu babenequlu labalandeli babo ababeza njalo enkatolo uma kuzoqulwa icala labo. Osesithombeni nguMandela esemncane,egudla phakathi kwesixuku sabalandeli ababehuba amahubo ecaleni lakhe lango 1958.

“Imali angeke yayakha impumelelo. Inkululeko yokuyakha izokwenza lokho." ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more