uMadiba uyahleka ngesikhathi kuphuma isicathulo sakhe ekhahlela ibhola

© Dr Peter Magubane
uMadiba uyahleka lapho isicashulo sakhe siphuma ekhahlela ibhola.
©Dr Peter Magubane
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke. Abaningi bamenza sasithixo sase Ningizimu Afrika, futhi babembona njengensika yamandla nethemba emiphakathini yabansundu. Wayenemisebenzi eminingi okwakumele ayenze kanye nezibophezelo okwakumele azifeze ezinjengemihlangano, izinkulumoluhlolo ezazibiza ukuba kuvele uMandela uzimisele nohloniphekile.
©Dr Peter Magubane
Ngenhlanhla, wayekwazi ukuhambela eminye imicimbi eminingi eyayingekho ngokutheni emthethweni nokuyilapho ayekwazi ukuveza icala lenhliziyo yakhe elinokuthokomala. Kumcimbi onjengalo, abalandeli be African National Congress (ANC) bamzungeza umholi wabo ngesikhathi ekhahlela ibhola kwaphunyuka isicathulo sakhe. Wayezihlekela ethokozela umzuzu phakathi kokuningi okwakuqutshwa okwakulandela ukukhululwa kwakhe ejele.

“Ngesinye isikhathi ukubamkhulu ezweni kulele kwisizukulwane." ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more