uMandela usayinda isishicilelo sakho(autograph) kubantwana besikole

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela usayinda i- autograph kubantwana besikole.
Kulolonke ikusasa lokusebenza kukaMandela kwezepolitiki, wayexhumana nabafundi abaningi. Wayevakashela izikole emalokishini nasemadolobheni athule inkulumo kubantu abasha abasezweni. Ngesikhathi sokuphuthulwa kwama 1960’s, abasha bathatha isinyathelo sokumelana nohulumeni wengcindezelo nobandlululo babhikisa bemelene nomthetho wemfundo eyayiqondiswe kubantu abamnyama owawuphoqelela ukuba kufundwe ngolwimi lwesibhunu kuphela. Usuku lombhikisho wabafundi eSoweto lwaziwa njengosuku lwentsha futhi ubungazwa minyaka yonke ngo June 16th. Uhlonipha izimpilo zabantu abasha ezalahleka ngesihluku senqubo yobandlululo bese ubungaza amandla abantu abasha.
uMadiba wayekuthakasela ukuzibandakanya nabasha uma kunemigubho. Wayengumuntu omkhulu impela ezweni ehlonishwa nangabantu beminyaka yonke eNingizimu Afrika. Noma ngabe uMadiba wayesayinda isishicilelo sakhe noma emamatheka ngokujula komcabango, wayesakwazi ukuba nomthelela ojiyile kubasha base Ningizimu Afrika.

“Ngaphandle kwemfundo, izingane zakho azisoze zakwazi ukuhlangabezana nezinselelo ezizohlangana nazo. Ngakho kubalulekile ukunikeza izingane imfundo futhi uphinde ubachazele kumele badlale indima yabo ezweni.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more