uMandela uhlangana no Kissinger no Lord Carrington

© Dr Peter Magubane
uHenry Kissinger, Nelson Mandela kanye no Lord Carrington.uMandela nabezindaba’’ usuku lokhetho alukho ajenda.’’
Ngemuva kokukhululwa kwakhe ejele, uNelson Mandela wahlangana nabantu abakhulu emphakathini ukubumba iNingizimu Afrika kwezepolitiki nakwezomnotho ukubheka phambili. uMandela wahlangana nezikhulu zamazwe nosopolitiki abazungeze amazwe aomhaba ukudinginda isimo esasimanzonzo sezepolitiki ezweni.
Abanye balabosopolitiki kwakungu Lord Carrington, usopolitiki wase Brithani owayesebenza kwikhabhinethe no Winston Churchill no Henry Kissinger, unobhala wesifundazwe sase Melika odume ngezimpikiswano. Bakha ubudlelwano obubumbene nokuzwana kwaze kwaphela isikhathi sokuba nguMongameli sika Mandela. Abezindaba babehlala bethatha amathuba okuzothwebula izithombe zemihlngano efana nalena. uMandela wabeka kwabezindaba: “Usuku lokhetho alukho kuluhlu lokuzothamundwa kulomhlangano” (ajenda), echaza ukuthi indikimba yomhlangano phakathi kwalabosopolotiki abathathu yayingezukuba ngokhetho olwaluzokwenzeka luka 1994.

“Ngeqiniso lonke nginemibono emihle. Ukuthike lokho kuqhamuka ngokwemvelo yokudalwa kwami noma ngendlela engikhuliswe ngayo, Angeke ngisho.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more