uMadiba uzindla ngombuzo phakathi kweNhlolonkulumo

© Dr Peter Magubane
uMadiba ucabanga ngombuzo ngesikhathi senkulumoluhlolo.
uMadiba wayegnomunye wabathandwayo nabahlonishwayo wase Ningizimu Afrika. Wayethandwa ngisho gabantu bamazwe omhlaba futhi aziswa kakhulu ngokuba wakwazi ukucima ulaka lwezinhlanga kwilizwe elalisengcupheni yombhedukazwe. Wayeyindoda enesithunzi, nenendlela enhle yokuziphatha owenza ngempumelelo ukudlulisa iNingizimu Afrika kubandlululo iye ekubusweni ngokwentando yeningi. Ngemuva kokukhululwa kwakhe ejele, uMadiba wazibandakanya kwizinhlolonkulumo (interviews) ezahlukele lapho ayewakhetha kahle amagama akhe futhi wayengabinakho ukutatazela ize iphothulwe. Wathi uma umuntu enesigqi esizwakalayo, kungcono ukuba ahlale phansi akhulume nabantu ababonise indlela okuyiyo.
Yize noma uMandela kwakuyindoda elungile ngenhliziyo necocekile, wayengumholi owayengenabo ubuvaka futhi waholela iNingizimu Afrika kukusa kwenkululeko, ithemba, nempumelelo. Elinye lamazwi adumile ayeke acaphune kuwo ayethi: Uma ukhuluma nomuntu ngolimu aluqondayo, lokho kuya ekhanda lakhe. “Uma ukhuluma naye ngolimu lwakhe, lokho kuya enhlizweni yakhe”

“Ukufa komuntu, noma ngabe ubekuliphi izinga ngempilo yakhe, kuhlezi kuhambiselana nokudumala nobuhlungu.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more