Ukugabha

© Mesa Historical Museum

Ukugabha izithelo, imifino nokunye ukudla okufana nezinhlanzi nokudla okulungiselelwe kubandakanya ukufaka uphawu lokudla okungaxinzekanga emoyeni ezitsheni bese kudalulwa umkhiqizo okheniwe ekwelashweni okushisa. Ngale nqubo, amagciwane abangela izifo abhujiswa ngoshintsho oluncane kumkhiqizo wokuqala. Ukuwaxaza kunweba impilo yeshelufu yemikhiqizo ngaphambi kwesizini yokutholakala okuvamile komkhiqizo.

Yize igama elithi 'ukugabha' ngokusobala lisho ukusetshenziswa kwamathini ensimbi, inqubo iyasebenza nasekusetshenzisweni kweziqukathi ezinjengezimbiza zeglasi, izimbotshana ezinombhede, amathileyi epulasitiki nezitsha

Translated by Nsika Khoza

Izithelo Ezihlanganisiwe Nemifino Egabheni

Umpheki waseFrance, i-confectioner kanye ne-distiller, uNicolas-Francois Appert, uthathwa njengobaba we-canning ngokubonga kwakhe kokuqalwa ...more

Umkhakha Wokugabha waseNingizimu Afrika

I-South African Fruit and Vegetable Canners Association yasungulwa ngoJanuwari 1954. Le nhlangano inamalungu angama-20 ukuzomela izinhlaka z...more