uWinnie no Nelson Nomzukulu wabo uBambatha kanye no Zindzi Mandela

© Dr Peter Magubane
uWinnie Mandela, Nelson Mandela nomzukulu wakhe uBambatha, no Zindzi Mandela
Ngesikhathi umadiba esejele, indodakazi yakhe uZindzi Mandela walumuka ngomntwana womfana ogama lakhe lingu Bamatha. Osesithombeni ngu Madiba nonkosikazi wakhe uWinnie, indodakazi yakhe uZindzi kanye nomzukulu wakhe uBambatha. Lesisithombe ayengalindele ukuthwebulwa kuso sibonisa uhlangothi lokunethezeka kuka Mandela nomboniso omfushane kwimpilo yangasese kababa wesizwe.
uMandela wayenomndeni nezihlobo – abantwana abayisithupha, abazukulu abangu 17 kanye nesizokulwane esingu19. Wayewuthanda kakhulu umndeni, ikakhulu abazukulu wayehlala nabo azihlekele ngamancoko. Abanye babo ngeshwa sebadlula emhlabeni, kodwa abaningi bomndeni basasebenza kakhulu ekuqhubeni ifa lomlando kaMandela.

“Angikaze ngibenendaba kakhulu ngemikomelo eza kimi. Umuntu akabi ngolwela inkululeko ngoba ethembe ukuzuza izindondo.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more