UNelson Mandela Ukhuluma Ngemva Kokufaka Ivoti Yakhe

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela ngemuva kokuphonsa kwakhe ivoti lakhe lokuqala ngqa okhethweni lwe Ningizimu Afrika ebuswa ngentando yeningi ngo 1994 maduze naseThekwini.

UNelson Mandela ugubha ukuphela kobandlululo kanye nokukhululwa kwazo zonke izinhlanga ngokufaka ivoti ekhetho lokuqala laseNingizimu Afrika oluvumelekile kubonke abantu . Amaqembu ezombusazwe ayishumi nasishiyagalolunye ancintisana futhi abantu abayizigidi ezingamashumi amabili nambili bavota.Esithombeni,uMandela ekhuluma nezindaba ngemuva kokuvota.
Uhlelo lokusekelwe isifunda lusetshenziswa eNingizimu Afrika, njengamanye amazwe afana ne-United Kingdom. INingizimu Afrika ihlukaniswe ezindaweni zokuvota ezibizwa ngokuthi izifunda. Ikomidi ngalinye lezombangazwe likhetha umuntu ozobhalwa ukuba alimele endaweni ethile. Abantu kuphela kuleyo ndawo bavotela abamfunayo. Umqashi ophumelelayo uya ePhalamende njengommeleli waleso sifunda. Abavoti babhaliswe esifundeni esithile sokuvota futhi kudingeka babe ngaphezu kweminyaka eyishumi nasishiyagalolunye.

“Ayikho into ebizwa ngokuthi ingxenye yenkululeko.”~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more