
Izinqwembe ezazi bhalwe ukuthi 'uMandela umongameli ' ku mkhankaso wokhetho le ANC
‘uMandela makabe nguMongameli’ izingqwembe ziphethwe ngabalandeli abathakasile kumkhankaso wokhetho kwirali ye ANC ngoqokiwe ukuyimela e FNB eSitediyamu maduze nase Soweto.
Ngonyaka ka 1994 i Ningizimu Afrika yayi lungesela ukhetho loku qala lapho kwakuzo vota wonke umuntu kunga khethele ukuthi uyiliphi ibala. Ekukhulu lweni kwama qembu ezo politiki , ukukhululwa kwa Nelson Mandela kanye ne zingxoxo ezazi phakathi kwa hulumeni wo bandlululo kanye ne ANC kwa hamba indlela ende. Loku kulungisela kokhetho kwaku hambisana nama rali kanye neminye imbiyozo. I ANC yawina ukhetho u Nelson Mandela waba umongameli wokuqala omnyama. Wangenisa izwe kwi nkululeko waphinde waletha ithemba.
“Akekho umuntu oyedwa ongakhulula ilizwe. Ungalikhulula ilizwe uma usebenza nindawonye nabanye.” ~Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more