Ukhetho lokuqala olubusa ngentando yeningi lukaMadiba

©Dr Peter Magubane
uNelson Mandela uphonsa ivoti lakhe lokuqala ngqa okhethweni lwe Ningizimu Afrika ebuswa ngentando yeningi ngomhlaka 27 April 1994 eNanda KwaZulu-Natal.
Ngesikhathi uNelson Mandela ekhethwa njengoMengameli wokuqala waseNingizimu Afrika ngo-1994, umhlaba wajabula. INingizimu Afrika yafakwa esikhathini esisha senkululeko ngaphansi kobuholi be-African National Congress (i-ANC). I-ANC igqugquzele intando yeningi kanye namalungelo alinganayo kubo bonke noMadiba ebahola.
Kulesi sithombe, uNelson Mandela othokozelayo uqala ukuvotela okhethweni lokuqala lokubusa ngentando yeningi eNingizimu Afrika. Ukhetho lwaba ngo Mbasa 27, 1994. UNelson Mandela uvotela eNanda, eNatali. Lonke ukhetho oluvumelekile ebantwini bonke ounye lwezikhathi ezinkulu zokuphila emlandweni waseNingizimu Afrika.

“Inkazimulo enkulu ekuphileni akusikho ukuwa, kodwa ukuvuka khathi zonke uma sesiwile.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more