
INdlovukazi Elizabeth II noNelson Mandela eKapa
uNelson Mandela ne Ndlovukazi yama Ngisi uElizabeth wesibili eKapa.
Ngo-1995 iNdlovukazi Elizabeth II yaya eNingizimu Afrika ngomkhumbi we-Royal Yacht Britannia. Wabingelelwa uNelson Mandela njengoba ephuma emkhumbini . INdlovukazi inikeze uMadiba i-Order of Merit(ukufanela), ngokuphumelela kwakhe okuphawulekayo kokuguquka okunokuthula eNingizimu Afrika kusukela ekubandlululweni kuya enkundleni yenkululeko. UMadiba nendlovukazi bahlala bengabangane.
UNelson Mandela neNdlovukazi u-Elizabeth II ngoNdasa 23, 1995 eKapa.
“Makubekhona umsebenzi, isinkwa, amanzi no sawoti wabo wonke.”~ Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more