
UThabo Mbeki no Nelson Mandela kanye no mongameli u FW de Klerk
uThabo Mbeki, uNelson Mandela no Mongameli FW de Klerk ngaphandle ephalamende emcimbini wokugcotshwa.
Ngonyaka ka 1994 kwaba khona ukhetho lokuqala lwe nkululeko e Ningizimu Afrika, u Nelson Mandela wagcotshwa njengo mongameli wokuqala omyama e Union Building e Pitoli mhla zi 10 ku May. Wakhethwa I phalamende engena esikhundleni sika F.W deKlerk umholi we National Party. Lokhu kwaqeda imthetho yo bandlululo kwaba khona uhulumeni wobumbano kwaze kwaba unyaka ka 1996. U F.W deKlerk waba isekela mongameli kanye no Thabo Mbeki. Ngoku hamba kwesi khathi u Thabo Mbeki waba u mongameli ngo 1999.
“Umhobholo namandla sekwenze umfowabo avukele umfowabo”~Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more