Ukulima Ama-Litchi eNingizimu Afrika
© HL Halls and Sons Group
Yize umkhiqizi omncane eqhathaniswa nemithamo ekhiqizwe yiChina, ukukhiqizwa kwe-litchi yaseNingizimu Afrika kunomthelela ekunikezelweni okubalulekile kwezithelo eziseningizimu yomhlaba ezimakethe ebusika baseYurophu.
Iningi lama-litchis akhiqizwa ezindaweni ezifudumele ezisezifundazweni zaseMpumalanga naseLimpopo lapho lezi zithelo zivunwa kusuka ngo-Okthoba kuze kube sekupheleni kukaFebhuwari.
Lesi sigaba sinikeza umbono ojwayelekile wokulima kwe-litchi eNingizimu Afrika futhi unethemba lokukhuphula ulwazi nokujabulela lesi sithelo sasehlobo.
Translated by Nsika Khoza
AmaLitchi abizwa nangokuthi lychees (i-Litchi chinensis Sonn). Izithelo ezivamise ukukhiqizwa kweChina....
moreAma-Litchis awawona abomdabu waseNingizimu Afrika; I-litchi yokulima yathunyelwa ezweni laseFlorida e-United of America kanye naseNdiya, eTa...
moreI-Litchis isithelo esishisayo esivela eChina futhi besilinywa lapho amakhulu eminyaka....
moreI-litchi noma i-lychee njengoba ibizwa nangokuthi (i-Litchi chinensis) idabuka ezifundeni ezingaseningizimu neChina futhi ibilinywe lapho ku...
moreIzindlela zokuphatha kwezokulima i-litchi zincike kwisitayela sokuphatha, ubukhulu bezolimo, nakulimi....
more