
UWinnie Mandela
Igama lakhe lesiXhosa uNomzamo: Lisho "ozamayo". Igama lakhe okugcweleyo uNomzamo Winifred Zanyiwe Madikizela.
UWinnie Madikizela-Mandela ukhunjulwa kakhulu ngokuba "uMama wesizwe" kanye nezinkinga ayehlangabezane nazo njengonkosikazi kaNelson Mandela ngesikhathi eboshiwe. Eqala umsebenzi wakhe njengesisebenzi sezenhlalakahle,
uWinnie wenza umnikelo omkhulu futhi wanikela ngokuphila kwakhe ukuze alwe nokuphikisana nomthetho ayekubona, eba ngumholi odumile wenkululeko. I-South Africa Online ® ihlola impilo yakhe kanye nomnikelo wakhe ezweni esiphila kulo namhlanje, kusukela ekuqaleni kwakhe okuthobekile eTranskei ukuya phambili lapho engumholi weqembu lenkululeko eNingizimu Afrika.
Translated by Nsika Khoza

Ngomhla ka-26 Septemba 1936, uNomzamo Winifred Zanyiwe Madikizela wazalwa eBizana Village ebizwa ngokuthi iTranskei (eMpumalanga Kapa)....
more
Umyeni kaWinnie Mandela, uNelson, uhlale ebanjwe ibhizinisi le-ANC, izimpi zomthetho kanye nomuzi wabo buvame ukuhlaselwa ngamaphoyisa....
more
1960 no-1961 kwaletha injabulo kuWinnie ngokuzalwa kwendodakazi yakhe yesibili, uZindiswa, nomyeni wakhe, uNelson Mandela, owatholwa emsulwa...
more
Naphezu kwemiyalo yokuvimbela ukunyakaza kwakhe, uWinnie Mandela waqhubeka esebenza emzabalazweni wokuwahlukanisa ngokohlanga....
more
Ngemuva kokuthi uWinnie akhululwe ekudingisweni eBrandfort wavunyelwa ukuba abuyele ekhaya ngo-1986....
more
Ngemuva kokuthi ubandlululo luqedwe futhi iKhomishana yeQiniso nokuQinisekisa (TRC) yaqala ngo-1996, uWinnie Mandela wabizwa ukuba akhulume ...
more