uNelson Mandela Wamukelwa Ekhaya Ngemfudumalo

© Dr Peter Magubane
uNelson no Winnie babingelela izihlwele ezazihlangene Esitediyamu i-Ellis Park eGoli ukumamkela ekhaya.
Ngemuva kokukhululwa kuka Nelson Mandela ejele, wamukelwa ngemfudumalo ngabalandeli, ngabomndeni wakhe kanye nabangani kwipolotiki. Kwabanjwa imicimbi namarali ukumhlonipha, wayevamise ukuya kuyo nonkosikazi wakhe uWinnie Mandela nabanye ozwakabo emsebenzini. Osesithumbeni uMandela egcwele intokozo engena esitediyamu e-Ellis Park eGoli efingqe isibhakela sakhe esiphakamisele phezulu emoyeni lokhu ukubingelela kwabomzabolazo emcimbini wokubungaza ukubuya kwakhe ekhaya. Imicimbi yaloluhlobo yayivamisile ukudonswa izihlwele eziningi zabalandele ezaziza ukuzobunga ukukhululwa komholi wabo ekuvalelweni.

“Kuhkezi kubukeka kunzima ukwezeka andukuba kuqale kwenziwe.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more