Owesifazane Ubhikishela Abombutho Wezempi yase Ningizimu Afrika Ngokugasela Emazweni Angomakhelwane Ngokukhoselisa Amalunga e-ANC

© Dr Peter Magubane
Ubhikishela Abombutho Wezempi yase Ningizimu Afrika Ngokugasela Emazweni Angomakhelwane iZimbabwe, Zambiya kanye ne Botswana Ngokukhoselisa amalunga e-ANC
Ngesikhathi seminyaka yobandlululo, izishoshovu eziningi ezazimelene nobandlululo zahamba zaya ukuyocasha noma ekudingisweni emazweni angomakhelwane okubalwa kuwo, iZambiya, Botswana kanye ne Zimbabwe. Amazwe anjenge Mozambique ne Angola ayesolwa ngalokhu, Abombutho Wezempi yase Ningizimu Afrika babehlala njalo begasela emingceleni yawo ukuze bavimbele amanye amazwe ukwesekela umzabalazo wenkululeko eNingizimu Afrika.
Ukuphendula kulokhu, abantu babeye babhikishele ukukanisa kwabombutho wezempi kuka hulmeni wase Ningizimu Afrika kanye nombuso wobandlululo. Babememezela futhi ukuba makukhululwe uMandela, amalungelo alinganayo abo bonke kanye nokukhululwa kwingcindezelo. Esithombeni ngowesifazane ephethwe unqwembe olalibhalwe ukuthi: “Khulula uMandela”.

“Uma umuntu encintshwa ilungelo lokuphila impilo akholelwa kuyo, akanakho ukwenza ngokunye kodwa ukudlebeleka.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more