Bahalalisa Izilokotho Ezinhle Bebungaza Ukukhululwa kuka Nelson Mandela

© Dr Peter Magubane
Abafisela izilokotho ezinhle babungaza ukhululwa kuka Mandela ejele.
Ngesikhathi uNelson Mandela ekhululwa ejele ngo 1990, abaningi base Ningizimu Afrika babungaza ukubuyela ekhaya kweqhawe lezepolitiki ezweni. Izixuku zabalandeli zabamba amarali zeza zahlangana ndawonye ukubungaza inkululeko kaMadiba. Amalandeli babegqoke izikibha ezazinemibala ye African National Congress (ANC) omnyama, oluhlaza satshani kanye nowegolide besho bethu “Wamukelekile ekhaya mholi wethu” kanye namazwi enkuthazo kwi ANC. Ukubuya ekhaya kukaMadiba kwakumele ikusasa labaningi labaseNingizimu Afrika ababecindezelwe ngesikhathi seminyaka yobandlululo kanye nethemba lokuthi ukukhululwa kuka Mandela kwakuzoletha inkululeko yabo bonke ezweni.

“Akekho umuntu owazi izwe andukaba abone ngaphakathi emajele alo. Isizwe akumele sahlulelwe ngokuthi siziphatha kanjani izikhulu zaso kodwa abacinyana baso." ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more