uMandela Wamukela Ucingo Ashayelwa lona Okukuqala Ngemuva Kokukhululwa Kwakhe

© Dr Peter Magubane
uMandela Wamukela Ucingo Ashayelwa lona Okukuqala Ngemuva Kokukhululwa Kwakhe esekhaya lakhe e-Orlando West, eSoweto.
Ngemuva kokuba uNelson Mandela esekhululiwe ejele, wabuyela emzini wakhe owawuse Orlando West, eSoweto nonkosikazi wakhe uWinnie Mandela. Bahlala lapho izinsuku ezingu 11, ngaphambi kokuba athuthele emzini wakhe omkhulu e Houghton, kuwo wamekula izivakashi, ozakwabo emsebenzini kanye nabangani kuwona wonke umkhankaso wakhe wangaphambi kokhetho luka 1994. Esithombeni lapha ngo Madiba emukela ucingo lwakhe alushayelwa okokuqala ngqa ngesikhathi sesidlo kunomcimbi wokubungaza. uMandlela wayehlezi engumuntu osebenza kanzima futhi nakanye wayengakaze abalekele izingcingo ezazingena ebusuku noma imihlangano yasekuseni kakhulu.

“Kuyimpumelelo nokuzuza kumuntu ukuba enze umsebenzi wakhe esasemhlabeni noma ngabe imiphumela iba kanjani.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more