
UNelson Mandela ubingelela abalandeli bakhe
uNelson Mandela ubingelela abalandeli
U Nelson Mandela wehla emotweni yakhe eya esixukwini sabantu. Waye phakamise isandla efingqe ingqindi loku kwaku uphawu loku lwisana no bandlululo. Lolu phawu luhambisana nokumemeza ukuthi "Amandla " ebese isixuku sabantu sithi "Awethu". Lesi qubulo satshenziswa u Matla kea Rona efuna ukuthi amandla ezombusazwe abuyele kwabantu bese Ningizimu Afrika.
“Ungaphumelela ukusilibazisa, Kodwa awusoze ekuvimbeni uguquko lwe Ningizimu Afrika ukungena kwintando yeningi.” ~ Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more