U Mandela kanye no mongameli u FW de Klerk kwinqguqguthela ye CODESA

© Dr Peter Magubane
uMandela no Mongameli FW de Klerk bendawonye Kwinkomfa Yokubusa Ngentando Yeningi eNingizimu Afrika (CODESA). Amaqembu womabili abamba izingxogxo ezisezingeni e-World Trade Centre e-Kempton Park, eGoli ukuze benze ukuba luphele nya ubandlululo.

Kwaba khona izingxoxo zokuqeda ubandlululo ezazi phakathi kwama qembu ahlukahlukene e Kempton park e Goli. Ezingxoxeni ezaba khona ze CODESA ezazi se Thekwini ngo 1991 kwahlanganela ama qembu awu 90 uzodikida indlela abanga shintsha ngayo ipolitiki lase Ningizimu Afrika. Kwaba khona omkhulu umsindo kanye nokuteleka emva kokuthi kwazoba khona intela. Kulezi zingxoxo zanga sese kwaku khona u F.W deKlerk owabe evela eqembini le NP kanye ne ANC ukuzo vumelana ngezinto eziningi lokhu kwenzeka nginyaka ka 1991 ku December.

“Uma singqenywe ingozi, aselapheki andukuba size sixolele.”~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more