UMongameli we-ANC uNelson Mandela ukhonza ngenqindi yeqembu

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela eseqokwe iANC ukuba ngozongenela ukhetho ayimele ukuba ngu Mongameli lapha ephakamisa inqindi efingqiwe okuyindlela yokubingelela kwiqembu lakhe esemotweni evulekile ekhankasela ukhetho luka Mongameli kwirali eyayisebandleni lama Zion Christian church.

Ezungezwe ngabalindi, uNelson Mandela uhambele umhlangano wabantu abahamba ngesonto iZion Christian Church (ZCC) ngasePietersburg ePolokwane ngenkathi yomkhankaso wakhe ekuqaleni kwawo-1990. Njalo ngonyaka phakathi no-Easter noMandulo, izigidi zamalungu e-ZCC zivakashela indlunkulu yesonto eSZion City Moria ngasePolokwane esifundazweni saseLimpopo. Isonto lishaya ukholo lobuKristu ngezinkolelo zase-Afrika futhi lifundisa umyalezo wokuthula.
U-Mandela unikeza uphawu lokulwa nobuhlanga obandlululo.Lokhu ukhonza kuhambisana nokumemeza ngokuthi "Amandla" okusabelwa igama elithi 'awethu' ('kubantu').

“Uma ufuna abantu bahlanganyele kanye nawe, ufanele ukuthi ubenze bazizwe bebalulekile, lokhu ukwenza ngokuba uqobo lwakho kanye nokuzithoba.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more