
UNelson Mandela uvakashela e Robben Island
Ngo 1994, uNelson Mandela waphinda wavakashela eRobben Island (esiqhingini) lapho ayechithe ngaphezu kweminyaka engamashumi amabili esejele.
Ngekathi u Madiba eboshwe e Robben Island waye thwese ngomsebenzi weziqgila omunye wawo kaku ukumba amatshe amhlophe. Lokhu kwashiya elimele amehlo kanye ne dolo. Eziboshweni eziwu 1400 zabe ziloku zinyamalala ngamunye emehlweni ezo politiki ngenkathi u Madiba esa boshiwe. U Madiba wabe iqhawe lomzabalazo elali boshwe e Robben Island. Amalunga e ANC, PAC kanye ne ARM bamukela u Mandela njengo mholi. Ngoyaka ka 1994 u Mandela wavakasha e Robben Island eseyi ndonda ekhululekile.
“Ukusebenza ngaphandle kombono ukwedlulisa isikhathi nje, umbono ngaphandle kokusebeza ukuziphuphela nje kwasemini kuphela, kodwa umbono kanye nokusebenza kungaguqula ilizwe.” ~ Nelson Mandela

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
more
U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more