UNelson Mandela kanye no Thabo Mbeki be jabula ndawonye

© Dr Peter Magubane
Ekumuzwa wokuthakasa, Umongameli omusha osanda kuqokwa uThabo Mbeki no Nelson Mandela e Orlando Stediyamu eSoweto.

UThabo Mvuyelwa Mbeki wazalwa mhla zi 18 ku June ngonyaka ka 1942 endaweni encane yase mafamu e bizwa nge Mbewuleni e Eastern Cape. Ngonyaka ka 1956 ngenkathi u Thabo ena 14 wangena kwi African National Congress (ANCYL) kwathi ngonyaka ka 1962 wahamba e Ningizimu Afrika waya ekudingiseni.
Ngenkathi u Mbeki esekudingiseni wafundela ezezi mali enyuvesi yase Ngilandi iSussex University waze wathola iziqgu ze Masters. Emva kwa lokho wafundela ezobu sosha. Wabe esehlala e Zambia kwaze kwaba unyaka ka 1990. Ngonyaka ka 1994 waba isekela mongameli lika Nelson Mandela.
U Thabo Mbeki waba umongameli wesibil

“Uma nje kusekhona ubuphofu, ukungabikho kobulungiswa kanye nokuqhubeka ukungalingani emhlabeni, akekho kithina ongaba nokuthula okuphelele.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more