UNelson Mandela ethuneni lika mama wakhe
uNelson Mandela, Zindzi Mandela no Winnie Mandela ethuneni likamama kaMadiba eQunu, unina wadlula emhlabeni esaboshiwe ejele futhi bamunqabela ilungelo lokuba aye komfihla umama wakhe eseshonile.
U Nelson Mandela, Zindzi Mandela kanye no Winnie Mandela babe vakashele ithuna lika mama ka Madiba e Qunu, lapho ekwakwazeka nje Transkie kodwa manje sekwi Eastern Cape. U mama ka Mandela u Noqaphi Nosekeni washona ngonyaka ka 1968 u Mandela esaboshiwe e Robben Island, wanqatshelwa ukuthi ayo gcwaba unina. Njengoba sibona esithombeni u Madiba uyovakashela ithuna lika mama wakhe
“Kumele sisebenzise kahle isikhathi futhi sihlezi siqonda ukuthi isikhathi sihlezi sikulungele ukuba sense okuhle.” ~Nelson Mandela
U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...
moreuMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
moreNgo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
moreIzishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more