UNelson Mandela noWalter Sisulu

© Dr Peter Magubane
uWalter Sisulu noNelson Mandela kwinkomfa ye ANC eThekwini ngo 1990.

UWalter Sisulu owazalwa ngomhlaka-18 Meyi 1912 wayengumngani womndeni wakhe kanye nomeluleki kuNelson Mandela. NguSisulu, oyisihluthulelo se-African National Congress (ANC) phakathi nawo-1940 owaletha uNelson Mandela enhlanganweni. Bahlala isikhathi esithile etilongweni eRobben Island, lapho ahlala khona iminyaka engu-25. UNelson Mandela wakhonza ejele eRobben Island kusukela ngo-1964 kuze kufike ngo-1982. UWalter Sisulu wakhululwa eRobben Island eneminyaka engu-77 ngo-1989. USisulu waqhubeka nokusiza ukuba iNingizimu Afrika ibe yisizwe sentando yeningi kuze kube sekufeni kwakhe ngo-2003.
Lesi sithombe sibonisa ukusondelana kukaWalter Sisulu noNelson Mandela, eNgqungqutheleni ye-African National Congress (ANC) eyayibanjwe eThekwini ngo-1990. Leli yiNkomfa ye-ANC yokuqala e-South Africa kusukela ngo-1959. Inhlangano ye-ANC yayisebenza ngosmhoshisa phansi okweminyaka engamashumi amathathu.

“Ukwesaba kwethu okukhulu akusikho ukuthi singekwenze. Ukwesaba kwethu okukhulu ukuthi sinamandla angaphezulu kokukaleka.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more