Madiba Ukuvakashela ingcwaba likamama wakhe eQunu

© Dr Peter Magubane
uWinnie kanye noNelson Mandela (ebambe u Bambatha) eQunu, ekhaya lika Mandela akhulela khona lapho kwakwaziwa ngokuthi ise Transkei. uMandela wayevakashela iliba likanina owedlule emhlabeni ngesikhathi yena esengaphakathi ejele.

UWinnie, uZindzi noNelson Mandela (ebambe uBambatha, umzukulu wakhe) eQunu, edolobheni lasekhaya laseTranskei, eyaziwa ngokuthi i-Eastern Cape. UMandela ubekwe ejele eRobben Island, ngesikhathi unina, uNoqaphi Nosekeni, efa ngo-1968. UNelson Mandela wayevinjelwe ukungena emngcwabeni kamama wakhe, okwakungenzela usizi lwakhe. Njengendodana endala kwakuyisibopho sikaMandela sokungcwaba unina.
Njengoba kuboniswe emfanekisweni uMadiba usesendleleni eya emathuneni kamama wakhe, ukuzohlonipha owesifazane omthandayo kakhulu.
Eminyakeni eyalandela ngo-2011, uNoqaphi Nosekeni wahlonishwa ngokubuyiselwa kwesonto lamaMethodist asungula emndenini wakubo ekhaya, eQunu.

“Ayikho into efana nokubuyela kwindawo engakabi noguquko uthole izindlela wena osuziguqulile.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more