UNelson Mandela nomelweli wamalungelo omphakathi wase United States uJessse Jackson eNew York

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela uxoxisana nesishoshovu esilwela amalungelo abantu eMelika uJesse Jackson eNew York. Ababukayo lapha ngu Winnie Mandela kanye neMeya yase New York uHoward Dinkins

Ngo-1990, uNelson Mandela waya eMelika emva kokumenywa e-White House ukuyohlangana noMongameli George Bush. Phakathi nohambo lwakhe wakwazi ukuhlangana nabantu abaningi njengoDavid Dinkins, iMeya yaseNew York, uRosa Parks, umndeni kaMartin Luther King osekupheleni, umndeni wakwaKennedy nomculi uStevie Wonder.
Kulesi sithombe uNelson Mandela ukhuluma nomlweli wamalungelo omphakathi wase-United States uJesse Jackson eNew York.Obukayo uWinnie Mandela noMeya waseNew York uDavid Dinkins.

“Nginokunamathela okukhethekile kubantu abayeka ukuba ngabangani bami ngezikhathi zami zobunzima.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more