Umuzuzu onzima phakathi kuka Nelson no Winnie Mandela

© Dr Peter Magubane
Umzuzu wentokomalo phakathi kuka Nelson no Winnie Mandela besemcimbini no Oliver Tambo.

U Winnie Madikizela wafundela ukuba usonhlalakahle esebenza esibhedlela sase Baragwanath e Soweto, waye hlala egumbini elilodwa no Adelaide Tsukudu owaba unkosikazi ka mongameli we ANC u Oliver Thambo. U Thambo wabe esebenza no Nelson Mandela efemini laba meli.
U Winnie no Nelson Mandela bashada ngonyaka ka 1958 baba nama dodakazi amabili ngaphambi kokuthi aboshwe ngo 1961. Kulesi sikhathi eboshiwe uMandela babe kwazi ukubonana no Winnie kodwa loku kuvakashelana kwakuba imizuzu engamashumi amathathu behlukaniswe ucingo kanye no nogada. Babe ngavumelekile uku khuluma isiXhosa kwaku mele bakhulume isingisi nesi bhunu. Impilo ka Mandela ejele yayi gxile ekufundeni, u Winnie waye bhekane nokuhlukumezwa ama phoyisa, okwakwenza izinsuku zakhe zomuzabalazo zibe nzima.

“Umcabango osekhanda eliphusile kanye nenhliziyo enhle kuhlezi kwiyinhlanganisela enhle. ~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more