
UNelson Mandela kanye no Tokyo Sexwale
uTokyo Sexwale no Nelson Mandela kwirali ye ANC yokukhankasela ukhetho luka 1994.
Imigido eminingi nemicimbi eminingi yabe iyokubungaza u Nelson Mandela kanti wayehlezi ehamba no nkosikazi wakhe u Winnie Mandela kanye nabantu ayesebenza nabo. Esithombeni u Nelson Mandela efingqe ingqindi begibele iveni kanye no Tokyo Sexwale kanye nezinye iziboshwa zase Robben Island ku mkhankaso we ANC e Sharpville ngaphambi konyaka ka 1994.
“Umuntu othatha inkululeko yomunye umuntu uyisiboshwa senzondo. Uvalelwe ngemuva emaketangeni engcindezelo nokugaphusi emqondweni.” Nelson Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...
more
uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....
more
Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...
more
Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...
more