uMandela ekwi Phephabhuku i-Life ngo April ngo 1990

© Dr Peter Magubane
Uhlu olusabalele olwavezwa kwiphephabhuku i-Life ngo April 1990
Iphephabhuku i-Life kwakuyiphephabhuku lase Melika elaligxile ebuntathelini bokuthwebula izithombe. Lalethenge ngabe Time ngo 1936 laqhubeka ukushicilela njalo ngamasonto kwaze kwaba njalo ngenyanga kwaza kwaba ngunyaka ka 2000. uNelson Mandela wavela kwiphephabhuku i-Life ngemva kwenyanga ekhululiwe ejele ngo 1990. Kwakunguluhli lwezithombe ezazibonisa ubuqhawe bempilo yakhe kanye nomzabalazo wenkululeko. Ngemuva kwalokhu uMandela wabe esevezwa kwamaningi amaphephabhuku omhlaba, kubalwa kuwo iTime, Guardian, Drum kanye ne New Yorker.

“Ngemuva kokuqwala igquma elikhulu, umuntu ube esethola ukuthi aemaningi amanye amangquma okumele awaqwale.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more