Ipasipoti yokuqala ka Nelson Mandela

© Dr Peter Magubane
uMadiba ebambe i-passport yakhe yokuqala ekhaya lakhe elise Orlando West.
uNelson Mandela wanikezwa ipasipoti yakhe yokuqala ngemuva kwezinsuku eziyisishiyagalombile ekhishiwe ejele. Yize noma igama lakhe lesibiili lingu Rolihlahla, lalibhalwe ngokungafanele umumo walo njengo as ‘Rolilahla’ kodwa wayisebenzisa ukuhambela amazwe ahlukene aseNingizimu Afrika anomubono munye ngokulwela inkululeko kubalwa kuwe Zimbabwe, Ethiopia kanye ne Zambia (Igama elithi ‘Rolihlahla’ liyigama lesiXhosa kanti uma uzikhulumela nje lichaza “loya osusa udweshu”)
uMandela wazimisela wahambela kakhulu amazwe akwinkabazwe iAfrica nangale kwawo ngiho nowamhlaba, anjenge Melika, Brithani ukuyodinga izindaba zepolotiki nezmnotho kwabanye abaholi bomhlaba. Waphinde wakhankasela i African National Congress wakwazi ukuyitholela izimali zokuyeseka.

“Kwangathi ukukhetha kwakho kungaveza amathemba akho, ayi ukwesaba kwakho.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more