Indlela Umphakathi Ophatha Ngayo

© Eric Miller
UAlicia Mdaka, uwumsekeli owodwa womndeni wakhe wonke. Usixoxela ngokulahlekelwa izingane zakhe nabazukulu bakhe bebulawa yingculazi. Umuzi wami wase ubizwa ngokuthi umzi we ngculazi.

Umuzi Wengucalazi

Ngo 1964 ngateta ingane yenotombazana ngathi igama layo uOlive. Ngo 1966 kwalandela uPhyllis osenimnyaka emhlanu engengculazi. Ukenneth uzalwe ngo 1969 kunye no Prudence owabulawa yingculazi, njengo Olive. Umuzukulu wami uZizipho was zalwa enengculazi, wayithola kuma wakhe uPrudence. Omakhelwane bangengihleba bethi umuzi wami umuzi wengculazi.

Lokhu ngakutshelwa umzukulu wami uJuliette owayebezwe bekhuluma ngathi. Laba makhelwane batshela izingane zabo ukuthi zingadlali nezingane zami ngoba kwami kugcwele ingculazi futhi zizobasulela. Ngalesosikhathi abantu babengekazi kabanzi ngengculazi. Kodwa manje izinto sezishintshile.

Sonke sazi abantu ababulewe leligciwane, abanye amalungu omndeni yethu. Manje izinto sezashintsha, mangabe kunelungu lomndeni eliphethwe ingculazi abantu besonto bayafika bezokhuleka futhi baphathe nesobho.

Manje umphakathi useyakwazi ukuseseka. Indodakazi yami uPhyllis uphile iminyaka eyi 15 enaleligciwane. Wayenesikhathi eside engalashwa imithi ye TB, waze wade welapheka, manje odokotela banamdlavuza wesisu nesibindi. Kulezinyanga ezimbalwa ezindlule, uthe kimi, “isikhathi sakhe emhlabeni siphelile.” Lokhu kungiphatha kabuhlungu kakhulu.

Translated by Nwabisa Ngumbela