Incwadi eyabhalwa ngu Nelson Mandela ku Dkt Peter Magubane

Iningizimu Afrika iyaziqhenya ngengcebo yamasiko nemikhuba yayo. Yize noma eminye imikhuba namasikompilo eselahliwe, amanye aseyingxenye ebalulekile ekwakheni impilo yansuku zonke, esikhathini esiningi ihlanganisa ibe yingxubevange futhi ifake nokwesikhathi samanje ukwethula okwehlukile kwakudala kanye nokusha.

uPeter Magubane, usebe nomthelela omkhulu kwezobuntatheli ngokuthwebula izithombe kwiminyaka engaphezu kwamashumi amane, usebenzisile amathalente akhe njengomthwebuli wezithombe ukubamba lokhu okuyigugu lesizwe nomphakathi wethu aphinde akuqophe lokhu enzela izizukulwane. Ngizizwa ngihloniphekile ukuba nethuba lokwethula ilaka lami emizamweni yokuchaza leliciko. 

NELSON MANDELA
President Umongameli
Republic of South AfricaWase Ningizimu Afrika

Peter Magubane's Career

uPeter Magubane ngenye yamadoda aseNingizimu Afrika ebungazwayo njengomthwebulizithombe wanyathela kukho konke lokhu. Useke wabamba waphinde...more