Giant Plated Lizard
Uxamu

© Tyrone Ping

Igama

Uxamu [Gerrhosaurus validus]

Vital Statistics

Nhloboni: Reptilia
Mkhakha muni: Squamata
Mndeni muni: Gerrhosauridae
Ubude: 200 - 250mm

Ezinye Izinhlobo Zayo

Gerrhosaurus validus maltzahni Kanye neGerrhosaurus validus validus

Ibonakala Ngani

Uxamu mkhulu, ebese uzoba nekhanda eliyisicaba nomzimba oyisicaba. Uxamu omdala unomhlane onsudu oyela ebumnyameni. Entanyeni umhlophe ngokungathi kungcolile bese isisu siba nsundu ngpkukhanyayo. Ezincane zimnyama bese ziba namachashaza amhlope emhlane.

Zande Kuphi

Lezi Zitholakala enyakatho ye-Africa

Mayelana Nokuzalana

Abesifazane oxamu babekela amaqanda amakhulu amabili kuya kwamahlani enamatshe ngesikhathi sasehlobo.

Udla Nhloboni Yokudla

Uxamu uvame ukudla izimbali, amaqabunga, ama-figs nezinye izithelo ezithambile. Babuye badle nezibankwa kanye nezimfudu ezincane.