Cape Eelgrass

Igama

Cape Eelgrass

Igama lesiLatini

Zostera capensis

Lapho ekhula khona

Ikhula kuma-estuaries futhi yiyo ekhusela izinhlanzi ezincane ngokukhiqiza ukudla okudliwa yizo lezinhlanzi.

Incazelo

Inezimpande ezinyukayo. Amahlamvu amancane ayisibaca. Ama-blade angamasentimitha alishumi kuya kwangama-30 ubude nemilimitha elilodwa ububanzi.

Izinhlobo ezihlobene

Halodule uninervis (estuarine, St Lucia enyakatho) iyafana, kepha amaqabunga ayo anezeluleko ezintathu. Izinhlobo ezintathu ze-Cymodocea (zivamile emanzini asezindaweni ezishisayo), zinamahlamvu angamamilimitha ayishumi kuya kwayi-15 ububanzi.

Olunye ulwazi

I-Eelgrass yisitshalo esibalulekile kuma-tidal estuaries ngoba iphenduka indawo yokuhlala izinhlobo ezingafani zezinhlanzi nama-invertebrates.