Abantu belinde ukuvota okhethweni lwe nkululeko loku qala e Ningizimu Afrika

© Dr Peter Magubane
Abantu belinde amahora amaningi ukuyophonsa ivoti labo lokuqala kukhetho olukhululekile, olungachemile lwentando yeningi kwiNingizimu Afrika yabo bonke abantu abakuyo.

Emva kweminyaka elinganiselwa ku 300 abantu abamnyama babe zovota okoku qala eningizimu Afrika, izinkulungwane zolayini abantu ababezi mile belinde ukuyo vota ukuze bashitshe izwe labo. "Angifuni aba mhlophe bahambe" lokhu kwashiwo owesifazane oweninyaka ewu 80 owaye qeda ukuthatha umhlala phansi ekubeni isisebenzi,nowaye jabule kabi ukuma ulayini kusukela ngo 5 ekuseni ukuzo vota okoku qala. Waqhubeka wathi "sifuna ukuhlala nabo sakhe iningizimu Afrika ndawonye".

“Ayikaze ibonakale nakuphi Indlela eya enkululekweni elula.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more