Udanso ka Masiba ojatsulelwayo

© Dr Peter Magubane
Umdanso othandwa kakhulu’: uMandela udansela iculo lika Thandi klasseen kubungazwa usuku lwakhe lokuzalwa ehlanganisa iminyaka engu 72 ubudala eKippies eGoli.

Ngonyaka ka1990 u Nelson Mandela wagubha usuku lakhe lokuzalwa lapho waye hlanganisa iminyaka ewu 72. Kwaku umgubho wokuqala wokuzalwa kwakhe eyindonda ekhululiwe emva koku boshwa. Lolu suku lwalu ngichungechunge ngoba uMadiba wali gubha ezindaweni ezahlukahlukene enya yazo kwakwi sekhaya lakhe kanti enye kwakwi se Kippies eGoli.
UMandela wagubha usuku lakhe nabangani bakhe kanye nalabo aye sebenza nabo. Kulo mcimbi uMadiba waye dansela umuculo ka Thandi Klaseen, ongumculi we Jazz oqhamuka e Sophiatown, uMandela weyenza umdanso wakhe odumile woku fingqa izingqindi ebese enyakazisa umzimba eshona phansi naphezulu kancane.

“Akukho ukushisekela okungatholakala ngokuthi wena uzibukele phansi – ukuvumela ukuphila impilo engaphansi kwalena obungakwazi ukuyiphila.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more