UNelson Mandela Uxoxa nephephandaba i-Time Magazine eTembisa embuthaneni wabasha

© Dr Peter Magubane
Umholi weANC uNelson Mandela ethatha isikhashana kwirali yenstha eyayiseTembisa ukuyokhuluma nentatheli yephephabhuku iTime uScot Macleod.

Ngo-26 Febhuwari 1990, uNelson Mandela wamema uScott MacLeod emzini wakhe ukuthi axoxe ngesikhatsi sakhe etilongweni. UMandela eneminyaka engu-72 ubudala, wadlulisela iNingizimu Afrika ekungqubuzaneni kuze kube sekuqalisweni kwayo kokubuyisana kobuhlanga, esikhathini esingangonyaka kuphela.
Q. Enye yezinto zokuqala owasho ukuthi wawungeyena umprofethi. Ingabe abantu balindele kakhulu kakhulu kuwe? - Scott Macleod
A. Angicabangi kanjalo, nakuba ngizizwa isidingo sokubaxwayisa ukuthi akekho umuntu ongakwazi ukuxazulula izinkinga ezinkulu ezibhekana nathi. Kuwumzamo ohlangene oyosenza sikwazi ukuxazulula izinkinga [zethu]. - Nelson Mandela
Q. Ngabe abamnyama bazokhululeka nini kuleli zwe? - Scott Macleod
A. Angiyena umprofethi. Angikwazi ukusho. - Nelson Mandela

“Ukuyovalelwa ejele ngenxa yalokho yalokho okubambile futhi ukulungele ukuzwa ubunzima ngokholelwa kukho, kuyinto ezuzisayo impela.

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more