Abalandeli be ANC Bayamasha Ukumelana Nobandlululo

© Dr Peter Magubane
Isixuku esiphethe izingqwembe ezindlini zombuso eUnion Buildings kumbhikisho owawusekelwe yi ANC ukumelana nohulumeni ka F.W. de Klerk kanye nokundodoza kwenzinkulumo zokwabelana amandla ombuso
Ngesikhathi seminyaka yobandlulo abantu babehlela amamashi namarali ukwesekela i- African National Congress (ANC) ukuze bathathe igxathu lokumelana nombuso wobandlululo kanye nohulumeni weqembu elalibusa i-National Party. Izixuku zaziphatha izingqwembe ezazisekela uNelson Mandela kanye ne ANC babehaya iziqubulo zamandla namazwi othando lokuzinikela kwabo. Esithombeni isixuku simashela ezindlini zombuso e Union Buildings ukuyobhikisha ukumelana nohulumeni ka F.W. de Klerk nezinkulumo ezazindodoza zokuhlukaniselana amandla ombuso.

“Kwelami izwe, siya ejele kuqala bese siba ngo Mongameli.” ~ Nelson Mandela

Mandela 100 - Mandela: A Man of Principle

U Brenda Fasi owayaziwa ngelika 'MaBrr' owayeno mculo ohlukile ekwazi nokujika noma yini ayenze iculo. Waye dume kakhulu ngokuthi adansise o...more

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more